Inombolo yereferensi: 4.3.2.4-...
Amagama aphelele omyeni/enkosikazi:...
Inani neminyaka yazo zonke izikhonzi:...
Umsebenzi Owenza Manje:...
Izizathu zokusilela Uyacelwa ukuba ubone isiqephu- 8.
Lapho ubunikazi bempahla buye badluliselwa kumbuso ayikwazi ukuthengiswa, ukushintshiselana ngayo, noma ukulahlwa nganoma yiyiphi indlela ngaphambi kwemvume ebhaliwe kaNgqongqoshe Wezolimo noma umbambeli wakhe kanye nanoma yikuphi ukulahlekelwa ngokuphathelene naloku, ukutshontshwa noma ukufa kwemfuyo noma nganoma yiyiphi indlela kumele kubikwe ngokushesha kuBandla Leziphathimandla: Ukuphathwa Kwezikweletu kanye Nokukhokhwa kanti okuphathelene nokutshontshwa kumele kubikwe ngokushesha KuMkhandlu Wamaphoyisa aseNingizimu Afrika. Ngokuqhubekayo, uma kwenzeka kuba nokulahlekelwa noma ukungafinyeleli, okweletwa imali kudingeka afake noma abeke endaweni yaloku kulahlekelwa noma ukungafinyeleli ngesinye isibambiso esingasindisiwe senani elifanayo, isimo kanye neminyaka noma ngenye indlela, uzawuphoqelelwa ukuba akhokhele uMbuso ngokheshi ngokulahlekelwa noma ukungafinyeleli. Noma yimuphi umuntu okuthi ngaphandle kwemvume alahle, noma abulale noma adle/asebenzise noma yiyiphi impahla Yombuso uzakuba necala futhi angavalelwa. Uma kudingeka, ubufakazi kumele bunikezwe isibonelo ukubikwa kokutshotshwa Kumkhandlu Wamaphoyisa aseNingizimu Afrika kanye nencwadi yobufakazi (i-affidavit) okumele ijotshelelwe kulo mbiko.
Ngiyaqinisa ukuthi ulwazi oluphakathi kwalo mbhalo, ngokwazi nokukholwa kwami luphelele, luyiqiniso futhi lufanele.
Ngiqinisa ukuthi ufakazi uqinisekisile ukuthi uyavuma futhi uyakuqonda okuqukethwe kulesi sifungo.
Siqinisiwe futhi sasayinwa ngikhona e-lolu suku lomhla ka...
